Igama lesayensi likaMdumo ngu-Ilex mitis. Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Aquifoliaceae, sihlala luhlaza unyaka wonke futhi simila ngokushesha size sibe side. Sivela e-Afrika engaphansi kweSahara nase-Madagascar.
Umdumo umuthi uyaphalaza ngawo uhlangene neminye imithi efana nomhlonishwa ukuze uthole isikhundla emsebenzini. Umdumo uyahlanganiswa neminye imithi efana negobandlovu kanye nemikhando ukwakha isikhafulo esiphephethwayo kanye esikhafulo esifakwa ulwandle, lesikhafulo kuba isikhafulo esingabuyi silambatha. Umdumo wazo uyangena emithini yokuthandeka. Umdumo wezintombi zakwashabalala uyangena emithini ye business yokudonsa ama customers kanye nakwisibunge umdumo uyangena. Mdumo wazo udonsa amathwasa kulaba abasathanda kuthwasisa
Umdumo uses wenzani
Nomkhosi
Ngibingelel ekhay ngcel kubuza Uma umunt ekuhlolel efonin yakh bese ethi kumel ugez shutha ithombe unqun uzithumel uzokwaz kukugeza
ngabe loyomunt usuke ezokusiza ngempel noma kanjni.
Admin uma ufuna usizo ngampela, uvuka ekuseni uye
kumuntu ohlolayo njengomuntu wesifazane awuhambi wedwa uma uya lapho ngoba izwe selonakala,
lena yomahlola emafonini angiyazi, mina kangihloli sidalo angeke ngabeka imithetho yokuthi
kuyahlolwa ephonini noma cha, kodwa lokhu okuxoxayo kubukeka kusolisa impela.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |